Thabani Mdlalose
Appearance
| His Worship Thabani Mdlalose | |
|---|---|
| iMeya yoMkhandlu-Dolobha waseEMandeni | |
| Manje | |
| Isikhathi: 12 April 2018 | |
| Deputy | Phindile Sishi |
| Emva kwa | Sphesihle Zulu |
| Ukwazisa | |
| Ubezalwa | eMacambini |
| Iqembu | African National Congress |
uThabani Mdlalose ungusopolitiki waseNingizimu Afrika oyimeya yoMkhandlu-Dolobha wase EMandeni kusukela ngonyaka wezi-2018.[1][2] uMdlalose uyilungu le African National Congress. Ukungena kwakhe esikhundleni kwadalwa wukushenxa kwalowo owayekade eyiMeya yoMkhandlu-Dolobha waseMandeni ngaphambi kwakhe uKhansela Sphesihle Zulu, ngenxa yemibhikisho eyadonsa izinyanga lapho umphakathi wawumfuna ephumile esikhundleni ngezinsolo zokukhwabanisa nokugwamanda amandla kaMasipala ukuze azicebise yena nomkakhe.[3]

Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ "Mandeni mayor partners with KZN Council to attract investors after community unrest". iol.co.za. Kulandwe ngo-Mfumfu 7, 2020.
- ↑ "Mandeni mayor and taxi bosses join hands to fight covid 19". zululandobserver.co.za. Kulandwe ngo-Mfumfu 7, 2020.
- ↑ "New leadership at the helm of Mandeni"[dead link]. northcoastcourier.co.za. Kulandwe ngo-Mfumfu 7, 2020.