UMbasa (u-Ephreli)
UMbasa (u-Ephreli) yinyanga yesine yonyaka. Ilapho kubaswa imililo sekubanda nasemnyango sekusheshe kube mnyama ntambama nelanga liphuze ukuphuma ekuseni.
Amaholide kuMbasa[hlela | Hlela umthombo]
- 27 kuMbasa - Usuku lwenkululeko