UThandiswa Mazwayi

Mayelana Wikipedia
Thandiswa Mazwai
Background information
Ubezalwa 31 ngoNdasa 1976(1976-03-31)
EMpumalanga Kapa,eNingizimu Afrika
Ubefa eNingizimu Afrika
Izinhlobo i-Afropop, House, uMbaqanga, Jazz
Abasebenzi umculi
Amaqembu Gallo Records

UThandiswa Mazwai (owazalwa ngomhla zingama-31 kuNdasa 1976) ungumculi waseNingizimu Afrika eEastern Cape, futhi ophinde abe ngumdwebi wamazwi ophambili kanye nombhali wengoma weBongo Maffin.[1]


Impilo yobusha[hlela | Hlela umthombo]

UThandiswa wazalelwa eEastern Cape ngoyaka ka 1976 ngenkathi zobucalucalu. Lonyaka kwaku unyaka weSoweto Uprising ngeskathi somzabalazo.Bobabili Abazali bakhe babeyintatheli ngesikathi somzabalazo. Ekukhumbuleni kwakhe,ekhaya kwakugcwele izincwadi futhi babehlala bexoxa ngesimu samapolitiki saleso sikhathi.Ukuya ngaye, lezinto kwayizo ezamenza lomculi anguye namuhla. Izinfundo zakhe zenyuvesi wazenza enyuvesi yaseWitswatersrand lapho afunda khona ubudlewana bamanye amazwe nezimfundo zezincwadi zesingisi. Ubuciko bakhe baphefumulelwe ngumama wakhe,owashona aneminyaka eyishumi nanhlanu, nemibhalo yaka Steve Biko, Chinua Achebe, Frantz Fanon, noKwame Nkrumah.

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]