IMpumalanga Kapa
IMpumalanga Kapa (isiXhosa: Mpuma-Koloni; isiBhunu: Oos-Kaap; IsiNgisi: Eastern Cape) yisifundazwe saseNingizimu Afrika.
ibheji lesifundazwe | |
Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika | |
| Izwe | |
| Isiqubulo | "Uphuhliso Ngomanyano" "Development through Unity" |
| Idolobha elikhulu | eBhayi |
| Ubukhuku bendawo | 168.966 km² |
| Inani labantu (ngo-2011) | 6 562 053[1] |
| Inani labantu (ngo-2019) | 6 712 276 |
| Izilimi[1] | |
| Izinhlanga[1] |
|
| Isiqongo | iBhisho |
| UNdunankulu |
Oscar Mabuyane (ANC) |
| Iwebhusayithi | www.ecprov.gov.za |
Lesifundazwe sisentshonalanga yeKwaZulu-Natal. Amadolobha amakhulu kulesifundazwe Ibhayi kanye neMonti, kodwa isiqongo siseBhisho. Ngobukhulu bendawo lesifundazwe silandela iNyakatho Kapa.
Lesifundazwe sinabantu abaphuma kwi-zizwe eziningi ezinamasiko futhi nobukhosi obuhlukene kodwa ezikhuluma ulimi olulodwa lwesiXhosa njengalezi; AmaMpondomise, AbaThembu, AmaBhaca, AmaBomvana, AmaHlubi kanye nezinye.
IMpumalanga Kapa iyikhaya futhi nendabuko yabantu abanjengo; Nelson Mandela, Chris Hani, Steve Biko, Oliver Tambo kanye no Thabo Mbeki.
Amaphethelo
[hlela | Hlela umthombo]Lesifundazwe sinamaphethelo nezifundazwe ezine zaseNingizimu Afrika kanye nezwe elilodwa iLesotho;
Izifundazwe
[hlela | Hlela umthombo]Izwe
[hlela | Hlela umthombo]Izilimi
[hlela | Hlela umthombo]Iningi labantu base Mpumalanga Kapa bakhuluma isiXhosa, abanye bakhuluma isiBhunu, isiSuthu, isiZulu kanye nesiNgisi.
Imfundo
[hlela | Hlela umthombo]Amakholishi
[hlela | Hlela umthombo]- Buffalo City College
- Lovedale College
- Queenstown College
- Port Elizabeth College
- Ikhala College
- Eastcape Midlands TVET college
Amanyuvesi
[hlela | Hlela umthombo]- University
- Nelson Mandela University
- University of Fort Hare
- Walter Sisulu University
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- 1 2 3 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.
| Izifundazwe zaseNingizimu Afrika | |
|---|---|
| iFleyistata • iGauteng • Nyakatho Kapa • Ntshonalanga Kapa KwaZulu-Natal • Mpumalanga Kapa • Limpopo • Mpumalanga • Nyakatho-Ntshonalanga | |