Ubuso

Mayelana Wikipedia

Playing_face_by_Rasheedhrasheed

Ubuso yilunga lomzimba ngaphambili kwekhanda olunolwangu olungamehlo, ikhala, nomlomo, futhi ngalo izilwane zikwazi ukuveza imizwa yazo. Ubuso bumqoka kakhulu ebuhlonzini bomuntu, futhi ukulimala okufana nokuhuzuka noma ukugogeka kungaba nomthelela ongemuhle engqondweni.