Maluti, uKhahlamba
Ukhahlamba yizintaba ezinkulu kunazo zonke eNingizimu Afrika. Enkulu kunazo zonke itholakala oSotho, lapho ezaziwa khona ngokuthi Maloti. Ukhahlamba luphinde lwaziwe ngezimphophoma zalo eziningi, nemidwebo emigedeni eyadwetshwa ngama khoi khoi. UKhahlamba-Drakensberg Park, eyasungulwa ngonyaka ka 2000, iyi UNESCO World Heritage Site esingatha inxenye yalezi zintaba.
Drakensberg
|
Maluti, uKhahlamba
|
|
Indawo ephezulu
|
Isiqongo
|
Thabana Ntlenyana
|
Ukukhuphuka
|
3,482 m (11,424 ft)
|
Ama-Coordinate
|
29°23′S 29°27′E
|
Ubungako
|
Ubude
|
1,000 km (620 mi) SW kuya ku NE
|
Ukuqanjwa
|
Ibizo
|
Dragon's mountain
|
Indawo
|
Amazwe
|
INingizimu Afrika kanye noSotho
|
I-Geology
|
Uhlobo lwetshe
|
I-Basalt kanye ne Quartzite
|
I-Hiking trail oKhahlamba.
Ukhahlamba eNingizimu Afrika
Imephu yaseNingizimu Afrika ekhombisa i-central plateau isekelwe yi-Great Escarpment nobudlelwano bayo ne-Cape Fold Mountains eNingizimu. Isiqephu se-Great Escarpment, ebonakaliswa ngokubomvu yaziwa ngokuthi Ukhahlamba.
uTugela Falls – uTugela River
Little Saddle
I-Cathedral Valley
Drakensberg Cliffs
Ukubuka inxenye yeMpumalanga Drakensberg kwi Great Escarpment, uyibukela kwi God's Window, maduzane ne Graskop, ubheka ngaseNingizimu. I-erosion resistant layer ebukhuni le eyakha okuphezulu kwale escarpment, ine quartzite eshone phansi kakhulu, okungeye Black Reef Formation, ephinde ibe yinxenye yezintaba zase Magaliesberg maduzane ne Pitoli.
I-Panorama ye Giant's Castle
Umdwebo wamatshe wamaKhoi Khoi emgedeni we-Clarens Formation wo-UKhahlamba Drakensberg Park of KwaZulu-Natal maduzane nomngcele wasoSotho