Jump to content

Ukulingana kwabantu besifazane nabesilisa

Mayelana Wikipedia
Ukulingana komuntu wesifazane nowesilisa

Ukulingana kwabantu besifazane nabesilisa kwiyinto ekhulunywa kakhulu emiphakathini yethu[1].ukulingana kwabantu besilisa nabesifazane kuwumgomo wokuthi abesilisa nabesifazane kufanele bathole amathuba alinganayo,amalungelo alinganayo,kanye nokwelashwa okufanayo kuzozonke izici zokwelashwa.Lokhu kubandakanya ukuphathwa ngokufanayo ezindaweni zomsebenzi ,ezemfundo,ezomthetho,ezomnotho kanye kanye nezokuphatha emphakathini.

Izikhalazo zabantu besifazane

[hlela | Hlela umthombo]

Abantu besifazane bafuna amalungelo afanayo kunabantu besilisa.Abesifazane bakhala ngokuthi abantu besilisa ibona abathola imisebenzi kakhulu futhi ibona ababekwaphambili kakhulu.Abantu besifazane balwela ukuthi abalungelo abo afane nawabantu besilisa.Sekubonakale izingameko eziningi lapho abantu besifazane kumele balwele izikhundla zabo ngoba kuthiwa isikhundla esithile sifanele umuntu wesilisa.Abantu besifazane bakhala ngokuthi abantu besilisa basebenzisa amandla wabo ukuthi bekwazi ukunika abantu besifazane imisebenzi noma okuthile abakudingayo. [2]

Izikhalazo zabantu besilisa

[hlela | Hlela umthombo]

Abantu besilisa nabo abazibekile phansi bathi ukuma kunjalo nabantu besifazane kumele bathole izijeziso ezifanayo kunabo[3].Abantu besilisa bafuna ukuthi abantu besifazane nabo bajeziswe njengabo ,Njengokuthi uma umuntu wesifazane enze icala kumele ajeziswe njengomuntu wesilisa ngoba izikhathi eziningi ukuthi abantu besifazane bathola izigwebo ezincane kunomuntu webesilisa kodwa benze icala elilodwa futhi elifanayo.Bafuna ukuthi uhulumeni angenelele ngoba abantu besilisa bayazibulala ngoba imizwa yabo nabo ayibekwa phambili njengabantu besifazane.[4]

Imithombo

[hlela | Hlela umthombo]
  1. chrome-extension://efaidnbmnnnibpcajpcglclefindmkaj/https://www.parliament.gov.za/storage/app/media/EducationPubs/women-pamphlet_zul.pdf
  2. chrome-extension://efaidnbmnnnibpcajpcglclefindmkaj/https://static.pmg.org.za/bill50b-2013.pdf
  3. https://www.medicalnewstoday.com/articles/mens-mental-health-man-up-is-not-the-answer
  4. https://www.medicalnewstoday.com/articles/mens-mental-health-man-up-is-not-the-answer