UmFefenyeko

Mayelana Wikipedia

Umfefenyeko ungukulingisa umgidingo wenqubo noma isimiso sezwe langempela. UmFefenyeko uyindlela yokubona into yenzeka kube kuwukuthi ayenzeki ngokoqobo. Umfefenyeko udinga ukuba kusetshenziswe isifaniselo; isifaniselo simelela izici noma imicondozo yesimiso noma inqubo ekhethiwe, kuyilapho umfefenyeko umelela ukuthubeka kwesifaniselo nemva kwesikhathi. Lokhu kusho ukuthi, umfefenyeko ungasetshenziselwa ukubikezela okungase kwenzeke ngokukandelayo, noma okwenzeke endulo. Ngokuvamile kusetshenziswa iziCikizi ukuze kugunundwe umfefenyeko.


umFefenyeko womfeketho wabantwana

umfefenyeko wokushayela indiza