Umbukisonyali

Mayelana Wikipedia

Imibukisonyali ( okuyigama eliyinhlanganisela yelithi "umbukiso" kanye nelithi "nyali" ) iyizinsizakuxhumana ezilumbanisiwe nezithonywe ngokwezezibhangqiwe ukuze zenane ngokugculisayo ukubukeka komuntu othile ngommomo womunye. Imibukisonyali iwukulunjwa kommomo wobuso kusetshenziswa izindlelasu eziphehlayo ezinzulu.[1] Nakuba isenzo zokukhanda isiqikili esiwubunyolo kungeyona into entsha, imibukisonyali isebenzisa ubunyoninco obunamandla bokufunda kwenguxa kanye nohlakahlisombulu ukuze iphehle isiqikili esiyimibukiso nezilalelwa esikwazi ukukhohlisa kalula.[2][3] Izindlelasu eziyinhloko zokufunda kwenguxa ezisetshenziswa ukukhanda imibukisonyali zisekwe ekufindeni okunzulu futhi zibandakanya ukuqeqesha izinhlaka zoxhoxho lweziNzwa olumbulu,[2] noma amaxhoxho aphehlayo (GANs).[4][5] Bese umkhakha wokuphanda imifanekiso wona uthuthukise ubuchule bokuhlonga imifanekiso elunjiwe.[6]

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. Juefei-Xu, Felix; Wang, Run; Huang, Yihao; Guo, Qing; Ma, Lei; Liu, Yang (2022-07-01). "Countering Malicious DeepFakes: Survey, Battleground, and Horizon" (in en). International Journal of Computer Vision 130 (7): 1678–1734. doi:10.1007/s11263-022-01606-8. ISSN 1573-1405. PMC 9066404. PMID 35528632. https://doi.org/10.1007/s11263-022-01606-8. 
  2. 2.0 2.1 Kietzmann, J.; Lee, L. W.; McCarthy, I. P.; Kietzmann, T. C. (2020). "Deepfakes: Trick or treat?". Business Horizons 63 (2): 135–146. doi:10.1016/j.bushor.2019.11.006. https://irep.ntu.ac.uk/id/eprint/38737/1/1247050_Lee.pdf. 
  3. Waldrop, M. Mitchell (16 March 2020). "Synthetic media: The real trouble with deepfakes" (in en). Knowable Magazine (Annual Reviews). doi:10.1146/knowable-031320-1. https://knowablemagazine.org/article/technology/2020/synthetic-media-real-trouble-deepfakes. Retrieved 19 December 2022. 
  4. Schwartz, Oscar (12 November 2018). "You thought fake news was bad? Deep fakes are where truth goes to die". The Guardian (in i-English). Archived from the original on 16 June 2019. Kulandwe ngomhlaka 14 November 2018. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  5. Charleer, Sven (2019-05-17). "Family fun with deepfakes. Or how I got my wife onto the Tonight Show". Medium (in i-English). Archived from the original on 11 February 2018. Kulandwe ngomhlaka 2019-11-08. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  6. Farid, Hany (15 September 2019). "Image Forensics" (in en). Annual Review of Vision Science 5 (1): 549–573. doi:10.1146/annurev-vision-091718-014827. ISSN 2374-4642. PMID 31525144. https://www.annualreviews.org/doi/full/10.1146/annurev-vision-091718-014827.