Umchachiso wokucakathana
Appearance
Umchachiso wokucakathana ngokuvamile uhlanganisa imichachiso emibili ehlobene yomchazandalo eyasungulwa ngu -Albert Einstein : ukucakathana obukhethekile kanye nokucakathana jikelele, eyahlongozwa futhi yashicilelwa ngowe-1905 nowe-1915, ngokulandelana. [1] Ukucakathana okukhethekile kusebenza kuzo zonke izimongotho ezingokoqobo lapho ungekho umnyondo . Ukucakathana jikelele kuchaza umthetho womnyondo kanye nokuhlobana kwawo neziphoqi zemvelo. Usebenza emkhakheni wendabuko kanye nokugqaya izinkanyezi, kuhlanganise nomchazamkhathi. [2]
- ↑ Einstein A. (1916), Relativity: The Special and General Theory (Translation 1920), New York: H. Holt and Company
- ↑ Will, Clifford M (2010). "Relativity". Grolier Multimedia Encyclopedia. http://gme.grolier.com/article?assetid=0244990-0. Retrieved 2010-08-01.