Umchazabuntu

Mayelana Wikipedia

Umchazabuntu yisigaba sofundondalo esigxila ekufundeni mayelana nabantu, izimilo zabo, ubudlelwano babo, izinkolelo, amasiko, izibalo, inhlalo, inhlalakahle, izakhiwo, nokunye okuningi. NgesiNgisi kubizwa nge-"Social Sciences".

Izingane


Umchazabuntu uneziningi izigaba zolwazi lwawo:

Ezomlando, ezocansi, ezobulili, ezolimu, ezobuntu, ezomnotho, ezomthetho, ezombusazwe, ezengqondo, ezomphakathi, ezokufundisa, ezokuxhumana, ezobungane, nokunye okuningi.