Umjinge
Umjinge uyinani isenzakalo esiphindayo esenzeka ngalo ngomuvo wesikhathi. Kumchazandalo, umjingo wamaza uyinani iziluba zamaza ezidlula ngalo echophweni ngomzuzwana owodwa (iziluba zamaza ziyiziqongo ezakhiwa amaza). Futhi kubhekiselwa kuwo ngokuthi umjingo wesikhashana uma ucaciswa, futhi uhlukile kunomjingo wengoni. Umjingo ulinganiswa ngamahaza (Hz) alingana nesenzakalo esisodwa ngomzuzwana owodwa. Inkathi ingumgamu wesikhathi ophakathi kwezenzakalo, ngakho inkathi ingumnano womjingo.
Ngokwesibonelo, uma inhliziyo inesigqi somjingo wezikhathi eziyi-120 ngomzuzu (amahaza ama-2), inkathi, umgamu—T isigqi esiziphinda ngawo—uyisigamu somzuzwana (imizuzwana engama-60 ehlukaniswa ngezigqi eziyi-120). Umjingo uyisilinganisi esibaluekile esisetshenziswa kwezenzululwazi nakwezomngcikisho ukucacisa izinga lezimongotho ezicikazayo neziqhikizekayo, ezifana nomqhikizeko wezinguxa, iziyabizo zomsindo, amaza womsakazo, nokukhanya.
Izincasiselo nemivo
[hlela | Hlela umthombo]
Ezimongothweni eziyingilizayo ezifana nemicikazo, amaza, noma ngokwezibonelo zomdiki wobumbano olulula , ibizo elithi umjingo lichasiswa ngokuthi inani lemiyingilizo noma imiqhikizeko emuveni owodwa wesikhathi. Inkathi T iyisikhathi esidlekayo ekuqedeni ukuyingiliza okukodwa kokucikaza noma ukundiyaza. Ukuhlobana phakathi komjingo nenkathi uchazwa ilesimikithisi [1]
Ibizo elithi umjinge wesikhashana lisetshenziselwa ukugcizelela ukuthi umjingo unenkondolo eyinani lesenzakalo esiziphindayo esenzeka ngalo kumuvo wesikhathi.
Definitions and units
[hlela | Hlela umthombo]
kwizimo ezijkyoezifana ne-oscillations, amagagasi, noma isibonelo ukunyakaza okulula kwe-harmonic, igama elithi frequency lichazwa njengenani lemijikelezo noma ukuphindaphindwa ngeyunithi yesikhathi. Uphawu oluqavile lwe-f yi-f noma i-ν (uhlamvu lwesiGreki i-nu) nalo lusetshenziswa.[2]InkaT' ye-T isikhathi esithathwa ukuqedela umjikelezo owodwa wokushintshashintsha noma ukujikeleza. Ukuphindaphindwa nenkathi kuhlobene ne-equation[2]
Inkulumo ethi imvamisa yesikhashana isetshenziselwa ukugcizelela ukuthi imvamisa ibonakala ngenani lokuvela kwesenzakalo esiphindaphindwayo ngeyunithi yesikhathi.
Iyunithi ye-SI ye-frequency yi-hertz (Hz),[4] ebizwa ngo-physicist waseJalimane u-Heinrich Hertz yi-International Electrotechnical Commission ngo-1930. Yamukelwa yi-CGPM (Conférence générale des poids et mesures) ngo-1960, ngokusemthethweni ifaka esikhundleni segama langaphambilini, i-cycle per second (cps). Iyunithi ye-SI yesikhathi, njengazo zonke izilinganiso zesikhathi, yi-second.[1] Iyunithi yendabuko ye-frequency esetshenziswa namadivayisi e-mechanical ajikayo, lapho ibizwa nge-rotational frequency, yi-revolution per minute, emfushane njenge-r/min noma rpm.[6] Ama-rpm angamashumi ayisithupha alingana ne-hertz eyodwa.[7]
- ↑ Serway & Faughn 1989, p. 354.
- 1 2 Serway & Faughn 1989.