Jump to content

Umlando wakwa Zulu

Mayelana Wikipedia

Isizwe samaZulu singesinye sezizwe ezaziwa kakhulu e-Afrika, ikakhulukazi ngenxa yeqhaza elibalulekile esabamba ngalo emlandweni wezwekazi. Ekuqaleni, isizwe samaZulu saphuma kumaNguni ahlala enkabeni naseMpumalanga ye-Afrika futhi ngemuva kwalokho athuthela eNingizimu ne-Afrika "Ukufuduka Kwabantu" okwenzeka emakhulwini eminyaka edlule. Isizwe samaZulu simele isizwe esikhulu kunazo zonke eNingizimu Afrika; abantu abayizigidi eziyi-10-11. Baziwa ngomoya wabo onamandla wokulwa osewakhe amaqhawe adumile emlandweni okuhlanganisa nezinkakha ezifana noShaka Zulu owabamba elikhulu iqhaza ezimpini ezahlukene zamaZulu. Umlando waseNingizimu Afrika ubungeke uphelele ngaphandle kokuba kukhulunywe.[1]

Umlando wakwaZulu

Isizwe SakwaZulu Sigqoka Imvunulo Yesintu Emicimbini Ekhethelekile.

[hlela | Hlela umthombo]

Abafani nabanye besizwe abahlale begqoke izingubo zabo zendabuko, indlela yokugqoka yamaZulu yanamuhla iyafana nanoma yimuphi umuntu wasemadolobheni. Izingubo zomdabu zigqokwa kuphela phakathi nemibuthano yamasiko, usuku lukaShaka kanye nanoma yimiphi eminye imicimbi ekhethekile futhi kanjalo, iphathwa ngenhlonipho nodumo.Bayihlonipha kakhulu imvunulo.[2]

  1. The Zulu tribe is one of the most widely known tribes in Africa, mainly because of the very vital part that it played in the continent’s history. Originally, the Zulu tribe emanated from the Ngunis who inhabited the central and Eastern Africa and subsequently migrated to the Southern Africa in the “Bantu Migration” which occurred centuries ago. The Zulu tribe represents the largest population of ethnic groups in South Africa; making up to 10-11 million people. They are known for their strong fighting spirit which has fashioned renowned warriors in history including the likes of Shaka Zulu who played a prominent role in various Zulu wars. The history of South Africa would not be complete without the mentioning of the Zulu tribe. Outlined below are seven truths about the Zulu tribe you should know.

  2. Unlike the past people of the tribe who always wore their traditional clothing, the modern-day Zulu’s way of dressing is the same as any urbanite. The traditional clothing is only worn during cultural gatherings, Shaka’s day and any other special occasions and as such, is treated with respect and honor.