Jump to content

Unongo lomhwebo wesicikicelo

Mayelana Wikipedia

Unongo lomhwebo wesicikicelo lichazwa ngokuthi unongo lomhwebo lapho ikhasimende kufanele likhokhe uthungethunge lwentengo ngezikhathi esithile ukuze lifikelele ekutholeni umkhiqizo noma inkonzo ethile. Lolu nongo lwasungulwa ngabashicileli bezincwadi nezishicwanjalo ekhulwini le-17, futhi manje lusetshenziswa imihwebo eminingi, izizubdalwebu eziningi ngisho nezinkampani zokuthakwa kwemithi ngokubambisana nohulumeni.[1]

  1. Clapp, Sarah L. C., The Beginnings of Subscription Publication in the Seventeenth Century, p. 199–224