Usoklele

Mayelana Wikipedia

Usoklele uyinhlwa yevanga enophawu Cu futhi enenani lobuchwe lama- 29. Usoklele uyinkimbi ethambile, egobekayo, futhi iyajijeka kuyilapho ikwazi ukudlulisa amazuba nokushisa. Usoklele ocwebile olulaza ebusweni unombala othanda ukuba ndwebu-ntshungwa. Usoklele usetshenziswa njengesakhi seziqungo zenkimbi ezingafani, ezifana nesiqungo secwebe esisetsenziswa ebucwebeni usoklesinimbi, osetshenziswa ukwenza impahla yasolwandle nezinhlamvu zemali.