Usomtapolwazi

Mayelana Wikipedia

Lamu_Fort_Librarian

Usomtapolwazi ngumuntu osebenza njengengcwepheshi yomtapolwazi futhi uyena ohlinzeka ngofikelelo ekwazisweni, futhi ngezinye izikhathi ngezinhlelo zezenhlalo noma zobuchule, noma imiyalo yokwaziswa ngezincwadi kubasebenzisi.

Iqhaza likasomtapolwazi seliguquke kakhulu emlandweni, njengoba ikhulu leminyaka lakamuva selingenise izinsizakuxhumana nezobuchwepheshe ezintsha eziningi. Kusuka emtapolwazi yasendulo kufika emthonjeni yolwazi yanamuhla, bekulokhu kunabagcini nabasabalalisi bokwaziswa obutholakala emtatsheni yemininingo. Iqhaza nezibopho ziyahluka njebgoba zicakathe ngohlobo lomtapolwazi, nezinsebenzo ezidingekayo ekunakekeleni izibhidli nokuzenza zitholakale kubasebenzisi.