Uvo

Mayelana Wikipedia

Uvo yinto umuntu noma iqembu labantu abayicabangayo. Ukuthi "Luthini uvo lwakho?" kuyafana nokuthi: "Ucabanga ini?"

Impendulo ingaqala ngokuthi: "Uvo lwami..........." noma "Ngicabanga........."

Kwezinye izikhathi, izinkampani ziyaye zizame ukuthola ukuba abantu bacabangani ngento ethize ngokubuza abantu abaningi ukuba luthini uvo lwabo. Lokhu kubizwa nge "opinion poll" futhi abantu abakwenzayo babizwa ngama "pollsters". Kungaba ukuba basuke bezama ukuthola ukuba ingabe abantu bacabanga ukuba into ethile yinhle noma yimbi, kanjengo gesi, noma ukuzivocavoca noma iWikipedia, noma ingabe usopolitiki oyedwa noma isiphuzo noma iqembu lomdlalo kuncono kunokunye.