Wikipedia

From Wikipedia
A white sphere made of large jigsaw pieces. Letters from many alphabets are shown on the pieces.
Wikipedia wordmark
Wikipedia
URL: [[1]]
Indawo: Miami, Florida
Izilimi: 282
Usuku Lokuzalwa: 15 ngoJanuwari 2001

IWikipedia (Listeni/ˌwɪkɨˈpiːdiə/ or Listeni/ˌwɪkiˈpiːdiə/ WIK-i-PEE-dee-ə) ingubuthano oku-inthanethi obhalwe ngizilimi eziningi futhi ayikhokhwa. Ixhaswe yi-Wikimedia Foundation engenzi inzuzo. Inama-athikeli angaba yizigidi ezingama-21 (phezu kwezigidi ezingu-3.8 ngesiNgisi kuphela) zibhalwe ngamavolontiya aphuma emhlabeni jikelele. Cishe wonke ama-athikeli wakhona angahlelwa yinoma ubani ongakwazi ukufinyelela kwisayithi, futhi inabanikeli abangafika ku-100,000 abasebenza njalo kuyo. Kusuka ngoJanuwari 2012, kube nokwengeza kwi-Wikipedia ngezilimi ezingama-283.