Jump to content

Xolile Yawa

Mayelana Wikipedia

UXolile Yawa (owazalwa ngomhlaka 29 Septhemba 1962 eLady Frere, e- Eastern Cape ) ungumgijimi osethathe umhlalaphansi waseNingizimu Afrika - ZA.Wazikhethela ekugijimeni amabanga amade, kuhlanganisa namamarathoni .

Waziwa kakhulu njengomnqobi weBerlin Marathon ka-1993.Kuma- Olimpiki asehlobo e-1992, wayengu-13 kumamitha wamadoda ayi-10,000. [1]Wabuye wamela iNingizimu Afrika kuma- Olimpiki Asehlobo ngo-1996. Kuma- 1992 Championships e-Athletics, wawina iBronze kumamitha ayi-10000.

Emqhudelwaneni kazwelonke waseNingizimu Afrika, wawina lo mjaho wamamitha ayi-10 000 amahlandla ayisishiyagalolunye (1985-1990, 1992, 1994, 1996) neHalf marathon kabili (1986 no-1988).

Izinkomba

[hlela | Hlela umthombo]
  1. "Full Olympians: Athletics - Men's 10000 m 1988-2000". Archived from the original on 2016-03-04. Kulandwe ngomhlaka 2021-07-31.