IYuganda
(Redirected from Yuganda)
Jump to navigation
Jump to search
IYuganda yizwe lase Afrika. Lezwe lise Mpumalanga Afrika futhi lizungezwe amazwe amahlanu okubalwa kuwo izwe laseKhenya empumalanga, enyakatho kube yizwe laseNingizimu Sudani, entshonalanga kube yi-Khongo-Kinshasa, eningizimu-ntshonalanga kube yizwe laseRuwanda, kugcine ngezwe lase Thanzaniya eningizimu. IsiLuganda siwulimi lwendabuko olukhulu kunazo zonke e-Uganda, ngenkathi isiSwahili nesiNgisi zikhulunywa kakhulu e-Uganda