IMozambiki

Mayelana Wikipedia
(Redirected from IMozambikhi)
IsiqongoIMaputo
Izilimi isiPutukezi
Uhulumeni
 -  Umongameli Filipe Nyusi
 -  Prime Minister Adriano Afonso Maleiane
Ukwenza
 -  Ukuzisa ahlukana wOmbuso Ohlangeneyo 25 June 1975 
Ubukhulu
 -  Jikelele 801,590 km2 
309,496 sq mi 
Inani labantu
 -  2023 ukulinganisa 32,513,805 (45)
 -  Ixuku labantu 28.7/km2 
74.3/sq mi
Imali Mozambican metical

IMozambiki (noma iMozambique; isiPutukezi: Moçambique; isiChewa: Mozambiki; isiSwahili: Msumbiji; isiTsonga: Muzambhiki) yizwe eliseningizimu yezwekazi lase-Afrika. Yizwe elikhulu enezizwe eziningana ezihlala khona. Inhloko-dolobha yaseMozambiki iMaputo.

Umsuka wegama[hlela | Hlela umthombo]

Imvelaphi yegama lesiPutukezi elithi Mozambique ayicaci ngokuphelele. Kukholokala ukuthi igama elithi Mozambique lingase lisuselwe egameni lesi-Arabhu. U-Mussa Bin Bique (ngesi-Arabhu: موسى بن بيك) wayengumbusi wesiqhingi sase-Mozambique ngaphambi kokuba amaPutukezi athathe isiqhingi ngo-1544[1].

Izilimi zaseMozambiki[hlela | Hlela umthombo]

Izizwe zaseMozambiki zikhuluma izilimi eziningana. Iwebhusayithi yeGlottologue ibala izilimi ezingama-46, zaseMozambique[2]. IsiPutukezi saseMozambiki sisasetshenziswa njengolimi oluvamile ezindaweni eziningi zezwe.


Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. SELLIER, Jean (2019-10-17). Une histoire des langues et des peuples qui les parlent (in French). La Découverte. ISBN 978-2-348-05509-6.
  2. https://glottolog.org/glottolog/language.map.html?country=MZ#5/-18.895/35.230