Zozibini Tunzi

Mayelana Wikipedia
Zozibini Tunzi
Umnikazi we Ubuhle umncintiswano
Owazalwa 18 ngoMandulo 1993(1993-09-18)
eKapa, eNingizimu Afrika
Tunzi & Raden Roro Ayu Maulida Putri.[1]

UZozibini Tunzi (18 September 1993- ) uyimodeli laseNingizimu Afrika.  Uvela kuTsolo, eMpuma Kapa.[2]  Uwine isicoco sika-Miss Universe ngo2019. UTunzi yintombi yesithathu yaseNingizimu Afrika ewine u-Miss Universe, futhi owesifazane omnyama waseNingizimu Afrika.  Unezinwele ezimfishane ezi”natural” (zemvelo). Uthe: “Ngavela [ngikhula] emhlabeni [lapho] abafazi abafana nami— nesikhumba esifana nesami, nezinwele ezifana nezami—  abacabangeleki bebahle neze. Ngicabanga ukuthi leyointo kufanele iphele namhlanje. Ngifuna uma abantwana bebheka ubuso bami, bazibone ebusweni bami.”   Ngesikhathi somcintiswano, ubuziwe, “Yini into ebalulekile ekufanele ifundiswe amantombazane?”  Uthe, “ubuholi”.

Ngo2020, ngesikhathi sokubusa kwakhe uzohlala eNew York eMelika.[3]

Izinkomba[hlela | Hlela umthombo]

  1. "Puteri Indonesia Is Expected To Continue To Promote Tourism And The Country's Creative Economy". Ministry of Tourism (Indonesia). March 11, 2020. Archived from the original on January 10, 2021. Kulandwe ngomhlaka December 19, 2020.
  2. Mpungose, Mcebo. (2019 Dec 8). "BUKA: Usengu-Miss Universe uZozibini Tunzi." Isolezwe.[1] Archived 2019-12-19 at the Wayback Machine.
  3. Su, Jen. (2019 Dec 10). "Zozibini Tunzi on her new roommate, Miss USA, Oprah & the Springboks." Sunday Times, South Africa.[2]