Indlovu

Mayelana Wikipedia
(Redirected from Elephantidae)

Umbuso (Regnum) Animalia (Izilwane)
Uzalo (Phylum) Chordata (Izilwane ezinomgogodla)
Iqembu (Classis) Mammalia (Izilwane ezincelisayo)
Uhlelo (Ordo) Proboscidea
Umndeni (Familia) Elephantidae (Izilwane ezifana nezindlovu)

Izindlovu (igama lesayensi: Elephantidae) ziyizilwane ezincelisayo ezihlala e-Afrika ne-Eshiya. Zimbili izinhlobo zezindlovu, yilezo okuthiwa indlovu yase-Afrika (Loxodonta) nendlovu yase-Eshiya (Elephas).

Izindlovu yizilwane ezikhulu emhlabeni wonke futhi yizilwane zihlakaniphile kakhulu! Kukhona izinhlobo ezimbili zezindlovu e-Asia futhi e-Africa.[1] Zahlala indawo yonke yase-Afrika. Abantu bahlaba izindlovu ngoba bafuna izinyo lendlovu. La mazinyo ayigugu kodwa manje ezizweni zikhulu zingavumelani nomthetho ukuzithengisa[2].

Izindlovu zinamandla zinkulu. Zinesikhumba esibambene noma esihlangene kodwa zithanda ukuzibhaceka ngoba udaka luvikela izikhumba zazo elangeni futhi kwizilwanyaze. Izindlovu zinezindlebe ezinkulu. Lezi zindlebe ziyazigwagwaza futhi zisiza ukuzipholisa[3]. Kukhona izinhlobo ezimbili zezindlovu emhlabeni namuhla[4]


Izindlovu zihlala emihlambeni kodwa izinkunzi zahlala oyedwa. Uma amavukana ane-12 izinsuku zishiye umhlambi futhi ahlala kanye namavukana nentanga akhe. Izindlovu zingaphila ngaphezu kuna-60 noma 70 iminyaka kodwa ziyafa uma amazinyo azo edleka futhi azingadli kahle[5]. Izindlovu zisaba abantu kuphela kodwa uma zibuthakathaka amabhubhesi angazibulala.

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

[6]