Indlovu

From Wikipedia
indlovu
African Bush Elephant.jpg
Umbuso (Regnum) Animalia (Izilwane)
Uzalo (Phylum) Chordata (Izilwane ezinomgogodla)
Iqembu (Classis) Mammalia (Izilwane ezincelisayo)
Uhlelo (Ordo) Proboscidea
Umndeni (Familia) Elephantidae (Izilwane ezifana nezindlovu)

Izindlovu (igama lesayensi: Elephantidae) ziyizilwane ezincelisayo ezihlala e-Afrika ne-Eshiya. Zimbili izinhlobo zezindlovu, yilezo okuthiwa indlovu yase-Afrika (Loxodonta) nendlovu yase-Eshiya (Elephas).