I-Environment

Mayelana Wikipedia

I-Environment isho konke okusizungezile. Kungaba yinto ephilayo (biotic) noma engaphili (abiotic). Ibandakanya oku-physical, oku-chemical kanye nokunye okuyimvelo. Izinto eziphilayo zihlala kwi-environment yazo. Zinobudlelwano obukhulu nayo kanti futhi ziyaye zizifundise ukuhlalelana nezimo zaleyo-environment. Kwi-environment kunobudlelwano obuningi obuhlukene, phakathi kwezilwane, izitshalo, umhlabathi, amanzi, nezinye izinto eziphilayo nezingaphili.