I-SADiLaR
Appearance
Ukusebenzisana
[hlela | Hlela umthombo]ISADILaR inokusebenzisana phakathi kwe-Wikipedia ne-Pan South African Language Board. Bobabili baqala iphrojekthi ye-SWiP e-University of South Africa kuMandulo 2023. ISWiP ikhuthaza ukulingana phakathi kwazo zonke izilimi zomdabu futhi ikhuthaza imiphakathi yezilimi eNingizimu Afrika ukuba ibonakale kakhulu ku-Wikipedia futhi ithumele ulwazi ngolimi lwayo.