Igalelo/isiphumo

Mayelana Wikipedia

Kwezokucikiza, igalelo nesiphumo zisho ukuxhumana phakathi kohlelo lokudludlunga ukwaziswa, olufana nesicikizi, kanye nokusezweni elingaphandle kwaso, mhlawumbe nomuntu noma esinye isimiso sokudludlunga ukwaziswa. Amagalelo ayiziyabizo noma imininingo eyamukelwa yisimiso, bese iziphumo zona ziyiziyabizo noma imininingo ethunyelwe kusuka kuso.