Igundane

Mayelana Wikipedia

Umbuso (Regnum) Animalia (Izilwane)
Uzalo (Phylum) Chordata ((Izilwane ezinomgogodla))
Iqembu (Classis) Mammalia (Izilwane ezincelisayo)
Uhlelo (Ordo) Rodentia (Izilwane eziququdayo)
Umndeni (Familia) Muridae (Izilwana ezifana namagundane)
Umkhakha (Genus) Mus (Amagundane)

Igundane (noma igundwane) siyisilwane esincane esiwela ngaphansi kwezilwanyana ezibizwa ngokuthi ngezilwane eziququdayo. Igundane lithandwa ukudliwa izilwane ezifana namakati kanye nezinyoka. lezi zilwane azithandwa ngabantu ngoba ziletha ukugula endlini futhi zizala ngokwendlulele. lezi zilwane zingaba yinhlupho ngokumosha endlini nokudla izitshalo. Zingamosha umakhiwo wendlu ngokuvula izimbhobo futhi zinamagciwane, nendle yazo ayilungile ngoba inamagciwane.