ImPambano (isiShomo)

Mayelana Wikipedia
Click on to see large image

ImPambano isishomo esivelele esitholakala enkabazwe yasezulwini futhi esibonakala noma ikuphi emhlabeni wonke. Singesinye sezishomo ezisobala kakhulu nesiqaphelekayo esibhakabhakeni ebusuku. Izinkanyezi zaso ezigqame kakhulu iPhisi (Rigel) elinombala olundwa-samhlophe noNdwendweni (Betelgeuse) onombala obomvu.