Jump to content

IsiShomo

Kubuya ku Wikipedia
Umdwebo wesishomo sezinkanyezi iMbubedingile.

isiShomo siyindawo embulungeni yomkhathinga lapho amaqoqo ezinkanyezi ezibonakalayo akha uhlaka oluvamisile ukuqhathaniswa nezilwane, izinto ezivela ezinganekwaneni, noma izinto ezijwayelekile nje. Imvelaphi yamaqoqo ezishomo akudala kungathithi aqhamuke ezikhathini zasemandulo. Abantu basemandulo bazisebenzise lezi zishomo ukuxoxa izindaba mayelana nezinkolelo zabo, izimpilo zabo, indalo, nezinganekwane.

Amagama wezishomo

[hlela | Hlela umthombo]

Isiphambano saseNingizimu - crux

IMpambano - orion

iMbukisakazi - canis major

iMbukisanyana - canis minor

Amagama ezishomo eziyishumi nantathu ngokwesanusi uCredo Mutwa

iNtintilili - Capricorn

uSihlenga - Aquarius

Amahlengeto azwanayo - Pisces

uDushuza - Aries

iNkunzendala - Taurus

uDemana noDemazana - Gemin

uSonkala - Cancer

iMbubedingile - Leo

uNtombiyasina - Virgo

Izimbenge zikaGubudela - Libra

uSobatinyela - Scorpio

uSozabile - Sagitarius

Umkhomo - Ophiuchus

Amaphatho

[hlela | Hlela umthombo]