Jump to content

Isilekeleli sakuxhakaxholo

Mayelana Wikipedia
Isilekeleli sakwaGoogle esigununda kumakhalipha -I-Pixel XL

Isilekeleli sakuxhakaxholo siyisgcoyi sohlelo esingaqhogoya imisebenzi noma izinkonzo ezihlukahlukene kuye ngokuthi umsebenzi yena ufake isitshelezelo esinjani, kungaba imiyalo noma imibuzo, elotshiwe noma ekhulunyiwe. Ubuchwepheshe baloluhlobo buvame ukufaka amakhono esiqavithi wokufefenyeka ingxoxo yabantu, njengokuqavita kuxhalaxholo, ngenjongo yokwenza ukuxhumana nabasebenzisi babo kube lula. Ukuxhumana kungaba ngombhalo, isixhakazimo esisazobe, noma izwi - njengoba ezinye izilekeleli zikwazi ukuhlakahla inkulumo yomuntu futhi ziphendule ngezwi elididiyelwe.