Isimunyundeni

Mayelana Wikipedia
Izimunyundeni isimunyuci (kwesokunxele) kanye noLibofuzl (kwesokudla).

Izimunyundeni ziyimizwayinkulu lapho ukwaziswa kwezifuzisi kuqoqongwa khona. Kunezinhlobo ezimbili zezimunyundeni: ULibofuzo kanye nesimunyuci. Izimunyundeni zivumela iziphili ukuba zifufule ukwaziswa kofuzo ngokulandelana kwezizukulwane. Lapho ingqamuzana lihlukana, ulibofuzo lwalo luyafaniselwa bese ludluliselwa kwisizukulwane esilandelayo sengqamuzana. ULibofuzo luhleleke lwaba iziphathafuzo ezitholakala phakathi endeni yamangqamuzana ethu.