Isincwana

Mayelana Wikipedia

Isincwana siwumuvo oyisiseko kwezokucikiza nakwezokuxhumana zezibhangqiwe. Isincwana simelela isimo somhluzangqondo esinamanani amabili angavela. Lamanani avamise ukumelelwa ngezinombolo ulunye ("1") noma ilize ("0"), kodwana amanye amaswempu afana noYebo/Cha, iQiniso/aManga nawo ayasetshenziswa.

Ukuhlobana phakathi kwalamanani kanye nezimo eziphathekayo zesiqoqonga noma isilekeleli esiyisisekelo kuyindaba yesivumelwano, futhi izabelo ezahlukene zingasetshenziswa ngisho nangaphakathi kwesilekeleli noma inhleleliso efanayo.