Isithako semvelo
Isithako semvelo noma isithako esingadidiyelwe, impahla emqoka, yisithako esiyisiseko esisetshenziselwa ukukhiqiza izingudla, izingudla eziphelele, isidlakathi, noma izithako eziphakathi zokuhlinzeka imikhiqizo ephelele yakusasa.
Ibizo elithi isithako semvelo lisho izithako ezingadidiyelwe, noma ezididiyelwe kancane; isb. intwentshe eyifukutho, amafutha angahluziwe, ukotini, amalahle, insimbi yemvelo, umoya, izigodo, amanzi, noma "noma yimuphi umkhiqizo wezolimo, ezamahlathi, zodobo noma izimbiwa ngesimo sazo esingokwemvelo noma esezishintshiwe ukuze zilungele ukuhuhiswa Emazweni wonke ngamanani amakhulu." [1] Ibizo elithi isithako semvelo isibili lisho isithako esiyimfucuza esihlumeleliswebusha saphindwe sabuyiselwa ukuze sisetshenziswe njengesithako esikhizayo.
{stub}
- ↑ Christophe Degryse, L'économie en 100 et quelques mots d'actualité, De Boeck, 2005, p. 140.