Mxolisi Kaunda

Mayelana Wikipedia

UThomas Mxolisi Kaunda (owazalwa zingama-13 kuSepthemba 1972) usopolitiki waseNingizimu Afrika oqhamuka iKwaZulu-Natali obesebenza njengeMeya UMasipala weTheku kusukela ngonyaka ka-2019.

Phambilini usebenze njengelungu lomkhandlu omkhulu (i-MEC) wezokuThutha, ukuPhepha kanye nokuXhumana koMphakathi waKwaZulu-Natali kusukela ngonyaka ka-2016 kuya ku-2019, kanye neLungu lesiShayamthetho saKwaZulu-Natali ukusuka ngonyaka we-2009 kuya kowezi-2019.

Kaunda eyilungu le-African National Congress (ANC).[1]

Izinkomba[hlela | Hlela umthombo]