Talk:ISADiLaR
Faka isihlokoukusebenzisa imifakela
[Hlela umthombo]Sawubona @Nomsa Skosana , siyabonga ngikuhumusha lesi sibhalwa, mina ngithanda ukusikisela ukuba sigweme ukusebenzisa amazwi ayimifakela kakhulu, ngisho lawo abolekwa esiNgisini njengelithi "digithali" (ezezibhangqiwe) kanye nelithi "softhiwe" (ihlelokusebenza) .
mhlawumbe esingakwenza ukuthi sethe Noma siqambe amagama AMASHA, bese sifaka awesingisi kubakaki. ngoba amazwi ayimifakela alulaza uLimi lwethu. Fongcwele (talk) 04:30, 21 uMandulo 2024 (UTC)
- Lotjha, ngiyakuzwa begodu ngiyawuthanda umbonwakho. Ngizokwenza njengombana uphakamisa lokha nangiyokulungisa begodu ngizokubawa nerhelebho kwa-PanSALB ngamagama aphathelene khulu nezobutlharhatlharha. Ngiyathokoza! Nomsa Skosana (talk) 10:45, 21 uMandulo 2024 (UTC)
Ama-Node (izimfindo)
[Hlela umthombo]Ibizo olishiywe lingahungushiwe, kwathiwa ama-Node, ngesiZulu lisho izimfindo (ufindo ebunyeni). ifindo >> amafindo ufindo >> izimfindo iphuzu >> amaphuzu iqhuzu >> amaphuzu
wonke lamagama ahumusha elithi 'Node' (knot). Fongcwele (talk) 04:51, 21 uMandulo 2024 (UTC)
Infobox details
[Hlela umthombo]Ninjani @Derek J Moore, i notice that you put an infobox about Prof Langa Khumalo, on an article about SADILAR, angisazi isizathu sokuthi wenze njalo. Dont you think an infobox about SADILAR as an agency would be better suited for this article?
Fongcwele (talk) 13:36, 25 uMandulo 2025 (UTC)
- Howzit @Fongcwele Ngiyabonga! I think you are right. Both were looking messy so I took one away. I was worried that the information on the SADiLaR info box is incorrect. Prof Langa's profile is more complete. Someone needs to check the SADILaR Wikidata info Q124540717. I need to return an email Prof Menno about this. Derek J Moore (talk) 14:05, 25 uMandulo 2025 (UTC)