Talk:Impindampindwano

Page contents not supported in other languages.
Mayelana Wikipedia

igama elinembe kakhulu[Hlela umthombo]

@Nkankane bafo, kunegama lesizulu elishaya kakhulu nelinembe kangcono elichaza into ephindaphindayo njenge-fractal, engingathanda ukuba ulicabangele, leli gama ngelithi "IsiCekefulo" . lisho into ephindaphindayo ngokungamkhawulo njengawo ama-fractal. Fongcwele (talk) 04:43, 28 uLwezi 2022 (UTC)[reply]

Angiyena umfowenu, ngingumfazi mna. Igama lakho seli lihle - awulifake ekhasini libe ngelinye igama lokuchaza impindampindwano? Mina ngisho ngithi leli elithi 'impindampindwano' lingachazela umuntu ungawazi lo mbono kangcono ngoba lizwakala kalula ezindlebeni. Nokho phela elakho selingcono kubo abantu abakade bewazi umbono wezinto eziphindaphindayo zingapheliyo Nkankane (talk) 15:29, 28 uLwezi 2022 (UTC)[reply]