Ukusabela kwevanga

Mayelana Wikipedia
Ukusabela kwe-thermite kusetshenziswa intuhla yensimbi (III).

Ukusabela kwevanga kungumdludlungu oholela ekuguqukeni kweqoqo elilodwa leziqa zevanga zibe elinye. Ngokwasendulo, ukusabela kwevanga kuhilela izinguquko ezibandakanya izikhundla seziNzuba kuphela ekwakheni nasekuqephuzeni izithungo zevanga phakathi kwamaChwe, ngaphandle kokuguqula inuzi, futhi zingachaziswa ngesibalo zevanga. umchazaTho weNuzi uqeqesho okungaphansi komchazatho olubandakanya ukusabela kwevanga kwezinhlwa ezingazinzile, nezinhlwa eziyonzayo lapho kunezinguquko zenzuba nezenuzi.