UmThanya

Mayelana Wikipedia

Lithium_paraffin

uMthanya uyinkimbi ethambile, emhlophe sabucwebe enophawu Li. UyiNhlwa yevanga yesithathu ecansini lezinhlwa. Lokhu kusho ukuthi uneziNelesi ezintathu endenini yawo kanye neziNzuba ezintathu ezizungezile. UmThanya ubuye usetshenziswe ekwenzeni izimpathanzuba kanye nakweminye imithi.