User talk:Philane46

Page contents not supported in other languages.
Mayelana Wikipedia

Edit Summaries[Hlela umthombo]

@Enviro Technyy: ngibingelele, kubalulekile ukubhala kuma-Edit Summaries ukuth wenze hlobo luni loshintsho ukuze ama-Admins ezosheshe abone ukuthi awucekeli phansi...lokhu okubizwa nge-Vandalism. Uma wenze ushintsho oluncane, ungabhala uthi "Ushintsho oluncane", uma wakhe ikhasi elisha ungabhala uthi "ngakhe ikhasi elisha"...uma ubhala izinto ezikanje (.k) noma (hi.) Ama-global syops azothatha ngokuthi uzengenhloso yokucekela phansi izulupedia mese be-block’a i-account yakho. Ngibonge, 3atbulletz (talk) 14:41, 17 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Ngiyabonga..Ngizolungisa. Enviro Technyy (talk) 14:44, 17 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

@Enviro Technyy: Ayikho inkinga, uma kukhona la ofuna ngikusize khona ungasabi ukungibuza. Kungangijabulisa kakhulu mangase nawe ugcine usuyi-Administrator yale-wikipedia ngokuhamba kwesikhathi. Uma uqhubeka ngalendlela owenza ngayo, ngizophakamisa igama lakho, ukuze nawe wenziwe i-Administrator yale-wikipedia. 3atbulletz (talk) 14:56, 17 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Okuningi bengithi ngizobuza Kodwa ngibheke amanye amakhasi qeda ngabona.Ngicela ukubuza ukuthi ufaka njani itafula ngoba ngzamile Kodwa ngihlulekile. Enviro Technyy (talk) 16:24, 17 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

@Enviro Technyy: Ziningi izinhlobo zamatafula ezikhona, kodwa unga bheka leli khasi lizokusiza kakhulu. Ngibonge, 3atbulletz (talk) 11:04, 18 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Ngiyabonga kakhulu.

Enviro Technyy (talk) 12:30, 18 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Isikhangiso[Hlela umthombo]

@Enviro Technyy: Ngibingelele, i-wikipedia akusiyona indawo yokuzikhangisa. Uma uqhubeka nokwakha amakhasi anjenga leli engilisusile elithi-"Enviro Technyy" ngizokuvimbela ekuhleleni i-wikipedia yesizulu. Ngicela uqhubeke nokwakha amakhasi anolwazi olubalulekile, njengalawamanye owakhile engingawasusanga. Ngibonge, 3atbulletz (talk) 03:52, 13 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Ngiyaxolisa ngizoqhubeka nokwakha lawa adlulisa ulwazi olubalulekile Enviro Technyy (talk) 08:29, 13 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Bengicela ukubuza?.Ngifaka njani izithombe emakhasini lawo engiwakhayo Enviro Technyy (talk) 08:32, 13 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

@Enviro Technyy: ungafunda leli Khasi. Lizokunizela lonke ulwazi mayelana nokusetshenziswa kwezithombe. Muhle kakhulu umsebenzi owenzayo, 3atbulletz (talk) 16:34, 13 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Ngiyabonga.Okokugcina bengfuna ukubuza ukuthi ngingatholani nama-point. Enviro Technyy (talk) 21:51, 13 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

@Enviro Technyy: ngabe usho maphi ama-point? Angiwuzwa kahle-hle umbuzo wakho, ngicela ungicacisele. 3atbulletz (talk) 13:19, 14 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Uma ngiqeda I article iyakhuluma ukuthi ngithole ama Bytes asebenzani Enviro Technyy (talk) 14:06, 14 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

@Enviro Technyy: basuke bekukhombisa u-size (ngokwama-bytes) wamagama owafake kwi-article. 3atbulletz (talk) 15:57, 14 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Ngiyazwisisa Ngiyabonga..Ingabe udumile ngokwenza ama athikili wena. Enviro Technyy (talk) 00:15, 15 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Igama olisebenzisayo[Hlela umthombo]

@Enviro Technyy: Ngibingelele, Ngiyabona kule-link ukuthi i-account yakho ivinjelwe ekuhleleni iwikipedia yesingisi futhi isizathu esimqoka esikhishiwe ukuthi igama olisebenzisayo (Enviro Technyy) yigama elikhangisayo, okuyinto engavumelekile njengoba sekuze kwavinjelwa ne-account yakho ekuhleleni iwikipedia yesingisi, nami njenge-admin ye-zulupedia kuzomele ngiyivimbele i-account yakho ekuhleleni izulupedia ngoba wonke ama-wikipedia asebenza ngenqubomgomo efanayo, kodwa ngizokunikeza isikhathi esingange nyanga sokuthi ufake isicelo sokushintsha igama olisebenzisayo ukuze i-account yakho izovumelwa ukuthi iqhubeke ihlele iwikipedia yonkana. Ukufaka kwakho isicelo sokushintsha igama kuzokhombisa ukuthi ngempela iwikipedia awuyisebenziseli ukufeza izinhloso eziphambene nenqubomgomo ye-wikipedia. Uma kukhona la odinga khona usizo ungangithinta kwi-talk page yami, ngibonge. 3atbulletz (talk) 13:42, 28 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Ngibingelele,Ingabe ngisibeka njani isicelo sokushintsha igama lami (EnviroTechny) ngilenze elami langempela Enviro Technyy (talk) 14:39, 28 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

@Enviro Technyy: Ngiyathemba uyaphila, kumele wenze isigaba esisha (new section) kwi-talk page yakho kwi-wikipedia yesingisi - ngezansi kwalesicelo osanda kusakha esithi-“Request to unblock”...nasi isibonelo ongasisebenzisa ngezansi;

{{unblock-spamun|Igama lakho elisha uzolifaka la|I sincerely apologise for breaking the username policy, which is why I am now requesting a name change, i realise i was wrong to use a name that promoted a business/company/organisation etc...honestly speaking i did not read the username policy, which is why at first i thought that all names were acceptable. I regret my actions and that is why i'm requesting a name change. I am not associated nor am i being paid to promote any organisation or company called "Enviro Technyy" or anything similar. My future contributions will be primarily focused on improving content related to my home country South Africa...especially in music, television and sport related articles. Please give me a second chance.}}

ungakopela yonke lento esebhokisini bese ushintsha amagama lapho nalapho usebenzise awakho, uma usuqedile bese ukufaka kwi-talk page yakho kwi-wikipedia yesingisi wenze i-section entsha. 3atbulletz (talk) 15:42, 29 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]
la ekuthiwa khona “Igama lakho elisha” uzokususa konke bese ufaka igama lakho elisha ozolisebenzisa. 3atbulletz (talk) 15:44, 29 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Ngiyabonga ngilungisile Enviro Technyy (talk) 16:44, 29 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Change username[Hlela umthombo]

Template:Change username Enviro Technyy (talk) 12:46, 29 uNtulikazi 2021 (UTC)[reply]

Kunjani Philane46[Hlela umthombo]

Kunjani mfowethu, ngithanda ukukwamekela ku Wikipedia. Ngiyabona ubuwenza ama edits kulezinyanga ezendlule. Mina ngihlala eJozi kanti futhi ngingathanda ukusiza lapho ungafuna uncedo khona. ungangithinta ku bobbyshabangu@gmail.com

Ngibingelele,Mina ngihlala eMalahleni ngizokuthintha ku email. Eyami:philanimaraps@gmail.com Philane46 (talk) 11:44, 1 uNcwaba 2021 (UTC)[reply]

Ngiyabonga, ungaphinde ungithinte kuFacebook, ngisebenzisa igama Bobby Shabangu Bobbyshabangu (talk) 06:55, 2 uNcwaba 2021 (UTC)[reply]

Nami ngyatholakala kufacebook "Philani G Maraps" Philane46 (talk) 07:57, 2 uNcwaba 2021 (UTC)[reply]

Translation request[Hlela umthombo]

Hello.

Can you translate and upload the articles en:Azerbaijanis, en:Azerbaijani language and en:Baku in Zulu Wikipedia?

Yours sincerely, Multituberculata (talk) 10:16, 26 uMfumfu 2021 (UTC)[reply]

Alright I will Philane46 (talk) 16:19, 31 uMfumfu 2021 (UTC)[reply]

Thank you very much for the new articles and all the best! Multituberculata (talk) 12:09, 1 uLwezi 2021 (UTC)[reply]

You have been a medical translators within Wikipedia. We have recently relaunched our efforts and invite you to join the new process. Let me know if you have questions. Best Doc James (talk · contribs · email) 12:34, 13 August 2023 (UTC)

Ingxoxo kanye nomlandeli[Hlela umthombo]

Sawubona Philane, igama engilisebenzisa kuWikipedia uZubande. Bengisa kwazi ukuba singakwazi ukuthi sixoxisane khona lana ku Wikipedia ngoba isithombe sakho singichazile. Zubande (talk) 16:01, 9 uMasingana 2024 (UTC)[reply]