Imivalo yomphakathi eNingizimu Afrika
Appearance
(Redirected from Amaholide omphakathi eNingizimu Afrika)

INingizimu Afrika inemivalo yomphakathi eyi-12 esemthethweni egujwa minyaka yonke. Iningi le mivalo egujwa eNingizimu Afrika yaba semthethweni ngemva konyaka we-1994 ngenkathi iNingzimu Afrika ithola Inkululeko. Amaholide amaningi aseNingizimu Afrika aqala ukugujwa emva konyaka we-1995 ngesikhathi Umthetho Sivivinywa Wemivalo yomphakathi evunyelwa iPhalamende ngonyaka we-1995. Ngokomthetho Wemivalo Yomphakathi (Act No 36 of 1994)[1] lapho umvalo womohakathi ufika ngesonto, usuku lomsombuluko luzoba umvalo womphakathi.[2]
Uhlu lemivalo yomphakathi egujwa eNingizimu Afrika.
| Usuku | Igama | Lahlongozwa |
|---|---|---|
| 1 January | New Year's Day | 1910 |
| 21 kuNhlaba | Usuku lwaMalungelo Esintu | 1990[3] |
| Ulwesihlanu ngaphambi kweSonto Lephasika | Ulwesihlanu Oluhle | 1910 |
| Umsombuluko olandela iSonto Lephasika | Usuku Lomndeni | 1980 |
| 27 kuMbasa | Usuku Lwenkululeko | 1994[3] |
| 1 kuNhlaba | Usuku Lwabasebenzi | 1995[4] |
| 16 kuNhlangulana | Usuku Lwentsha | 1995[5] |
| 9 kuNcwaba | Usuku Lwabesifazane | 1995[6] |
| 24 kuMandulo | Usuku Lwamagugu | 1995[7] |
| 16 kuZibandlela | Usuku Lokubuyisana | 1995 |
| 25 kuZibandlela | Ukhisimuzi | 1910 |
| 26 kuZibandlela | Usuku Loxolo | 1910 |
Imivalo eyenzeke kanye
[hlela | Hlela umthombo]Kusuka ngonyaka wokhetho lowe-1994, kunezinsuku okwamenyezelwa ukuthi ziyisingamvalo:
- Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezifundazwe – 2 June 1999[8]
- Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezifundazwe – 14 April 2004[9]
- Usuku lokhetho lohulumeni bezindawo – 1 March 2006[10]
- Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezinfundazwe – 22 April 2009[11]
- Usuku lokhetho lohulumeni bezindawo – 18 May 2011[12]
- Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezifundazwe – 7 May 2014[13]
- Usuku lokhetho lohulumeni bezindawo – 3 August 2016[14]
- Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezifundazwe – 8 May 2019[15]
- Usuku lokhetho lohulumeni bezindawo – 1 November 2021[16][17]
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ "OFFICE OF THE PRESIDENT: NO. 36 OF 1994: PUBLIC HOLIDAYS ACT, 1994" (PDF). info.gov.za. 7 December 1994. Archived from the original (PDF) on 21 August 2006. Kulandwe ngomhlaka 16 November 2012. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "NO. 36 OF 1994: PUBLIC HOLIDAYS ACT, 1994". Government Communications (GCIS). 28 March 2008. Archived from the original on 21 August 2008. Kulandwe ngomhlaka 29 March 2008. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - 1 2 "Government Website: Public Holidays Archive". www.gov.za. Archived from the original on 15 September 2014. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "First celebration of May Day in South Africa". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "Speech by President Nelson Mandela on South Africa Youth Day Ladysmith, 16 June 1995". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "South Africa celebrates the first National Women's Day". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "First celebration of National Heritage Day". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "Media Advisory". Department of Provincial and Local Government. 27 January 2006. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "VOTING DAY A PUBLIC HOLIDAY". Department Home Affairs. 8 April 2004. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "Media release on public holidays". Government Communications (GCIS). 1 June 1999. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "President declares 22 April a public holiday throughout the Republic". The Presidency. 19 March 2009. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "President declares a public holiday". The Presidency. 16 March 2011. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
- ↑ "Proclamation by the President of the Republic of South Africa". President. 25 February 2014. Archived from the original on 14 November 2014. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "President Zuma declares 3 August 2016 a public holiday". The Presidency. 24 June 2016. Archived from the original on 25 June 2016. Kulandwe ngomhlaka 30 June 2016.
- ↑ "President Cyril Ramaphosa signs proclamation on election date". The Presidency.
- ↑ "Local government elections to go ahead - new date set".
- ↑ "Elections 2021: Ramaphosa declares 1 November a public holiday".