IHwanzi

Mayelana Wikipedia

IHwanzi liyinhlwa yevanga enophawu H nenani lobuchwe '2'. IHwanzi liyinhlwa elula kakhulu. Esimweni esilingeni ihwanzi liwuhowo olunamachembe amachwembili anomcabayo H2. IHwanzi alinambala, alunasinambitho, alinabuthi, futhi lusha kalula. IHwanzi liyisiqa sevanga esiyinala kumkhathilibe, ngoba lwakha okungenani amaphesenti angama-75 alo lonke uTho. Izinkanyezi ezinjengelanga ngokuyinhloko zakhiwa iHwanzi esisesimweni sonyazani. Imvama yeHwanzi kuNomkhubulwane itholakala ngesibumbeko esimachembe njengamanzi kanye nemixube yemvelo.