INelesi
INelesi iyinhlayiyana yechwe ezizinzile, uphawu, H +, noma 1 H + enomlelesa wamazuba +1 nobuzuba . Isisindo sayo sincane kunesentunge futhi inesisindo esiphindwa izikhathi ezíyi-1836 kunesenzuba (iqhatho lesisindo senelesi nenzuba). Izinelesi nezintunge, ngazodwa zinesisindo ezingamacishelo elilodwa lesisindo sechwe, ngokuhlanganyelwa zibizwa ngokuthi 'ezasendenini' (izinhlayiyana zasendeni yechwe).