Isihonyo
Isihonyo siyichwe noma ichembe elinomlelesa wamazuba oyisamba. Umlelesa wenzuba uthathwa njengophikayo ngokuvumelana futhi lomlelesa ulingana futhi umalungana nomlelesa wenelesi, othathwa njengovumayo ngokuvumelana. Umlelesa oyisamba wesihonyo akuyona inguqu ngoba inani waso lezinzuba liyalingana nenani laso lezinelesi.