UMasipala wase Nkandla

Mayelana Wikipedia
(Redirected from Nkandla Local Municipality)
Nkandla Local Municipality

Nkandlaumasipala wasekhaya osesifundazweni saKwaZulu-Natali ongaphansi kuka masipala wesifunda iKing Ceteshwayo District Municipality. Ammahovisi alo masipala asedolobheni laseNkandla okuyindawo lapho kwazwalelwa khona umongameli wangaphambilini wasNingizimu Afrika uJacob Zuma.

Lomasipla usendaweni yaseNkandla kukhona amahlathi lapho amabutho akwaZulu ayebhace khona ngesikhathi sempi kaBambatha kanye nempi kaNdandwe. Amabutho ayesebenzisa amahlathi aseNkandla njengendaow yokuzivikela ezetheni zawo.kwakuba nzima ukulwa nabutho uma ekuleli hlathi ngoba labe limnyama kakhulu futhi lene kakhulu kungabonakali ngaphakathi. Yingakho lendawo yabe ibizaw ngokuthi iNkandla eMahlathi Amnyama. ENkandla kukhona amadlinza amaqhawe amaningi akwaZulu okubalwa kuwo idlinza likaBhambatha kaMancinza elisesigodini saseNsuze. [1]

Izindawo ezokumapala[hlela | Hlela umthombo]

Izindawo ezikolomasipala ngokuhlukaniswa kokubalwa kwesizwe kwangonyaka wezi-2001. [2]

Indawo Ikhodi Ubungakho bendawo (km2) Isibalo sabantu
Chube 54201 31.60 3,056
Chwezi 54202 55.24 6,097
Cube 54203 70.12 4,417
Cunu 54204 113.78 7,067
Ekhukhanyeni 54205 53.94 6,842
Emangidini 54206 98.98 6,850
Godide 54207 128.17 12,676
Halambu 54208 6.90 345
Isilokomane 54209 6.11 487
Izigqoza 54210 38.43 3,404
Izindlozi 54211 7.74 826
Kahile 54212 6.06 273
Khabela 54213 93.65 7,167
Kwamkwaza 54214 11.57 1,113
Magwaza 54215 12.49 1,275
Mahlayizeni 54216 58.39 5,310
Mangidini 54217 101.54 5,224
Mbhele/Amphuti 54218 46.26 3,676
Mdimela 54219 14.05 606
Mhlatuze 54220 5.94 391
Mpungose 54221 109.66 7,608
Murasie 54222 10.10 874
Ndikwe 54223 12.54 1,044
Ndindini 54224 10.56 148
Ngono 54225 203.07 8,096
Nkandla Part 1 54226 210.92 17,424
Nkandla Part 2 54237 3.97 2,783
Nkandla Part 3 54238 44.61 12
Nkonisa 54227 10.77 893
Nkweme 54228 8.20 569
Ntuli 54229 56.28 804
Nxamalala 54230 58.22 4,841
Uxutu 54231 11.45 926
Vumanhlamvu 54232 9.30 643
Xulu 54233 37.58 3,598
Zindunduzeli 54234 10.66 538
Zinkuzini 54235 14.18 489
Zondi 54236 44.38 5,171

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. "South African Languages - Place names". salanguages.com.
  2. Lookup Tables - Statistics South Africa[dead link]