UMasipala wase Msunduzi
Appearance
(Redirected from Msunduzi Local Municipality)
UMasipala waseMsunduzi ungumasipala wendawo ngaphakathi kukaMasipala Wesifunda Umgungundlovu , esifundazweni saKwaZulu-Natali eNingizimu Afrika . Uhlanganisa isidlavela saseMgungundlovu , esiyikomkhulu laKwaZulu-Natali kanye nesizinda somnotho esikhulu sikaMasipala Wesifunda Umgungundlovu.
| UMASIPALA WENDAWO WASEMSUNDUZI
|
|
|---|---|
| IZWE | iNingizimu Afrika |
| ISIFUNDAZWE | KwaZulu-Natal |
| ISIFUNDA | uMgungundlovu |
| UMASIPALA | uMsunduzi Local Municipality |
| Uhulumeni | |
| • IMEYA | Mzimkhulu Thebolla |
| Ubukhulu | |
| • Jikelele | 649 km2 (251 sq mi) |
| Inani labantu (2011) | |
| • Jikelele | 618,536 |
| • Iqulu | 950/km2 (2,500/sq mi) |
| Izizwe eziwakhile (2011) | |
| • AbaMnyama | 83.6% |
| • AmaKhaladi | 2.2% |
| • Abomdabu waseNdiya / Ama-Eshiya | 10.6% |
| • Abamhlophe | 3.1% |
| Izilimu (2011) | |
| • isiZulu | 71.2% |
| • isiNgisi | 15.9% |
| • isiXhosa | 4.3% |
| Isikhathi sendawo | SAST (UTC+2) |
| Ikhodi yocingo | 033 |
| ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
