Template:Did you know
Ummomo
...Ukhwantalala luyisimo sengqondo somnyinyitheko nokuswaza ubuqhebeqhebe. Luhlasela abantu abangaba yizigidi ezingama-280 emhlabeni jikelele. Nokuthi luthinta imicabango yomuntu, ukuziphatha kwakhe, imizwa yakhe, kanye nomuzwa wenjabulo. ?
...IKwaZulu-Natali yisifundazwe saseNingizimu Afrika esaziwa nangokuthi KZN. Lesi sifundazwe saqanjwa ngonyaka we-1994, ngenkathi kuhlanganiswa isifundazwe iNatali esasibuswa ngamaBhunu kanye nesabelo saKwaZulu. ?