UHlakahlisombulu oluphehlayo

Mayelana Wikipedia
A detailed oil painting of figures in a futuristic opera scene
Umdwebo obizwa Théâtre D'opéra Spatial, ophehlwe yi-Midjourney

UHlakahlisombulu oluphehlayo (noma uhlakahlisombulu olukhoqozayo[1]) liwuHlakahlisombulu olukwazi ukuphehla isiqakaqo, imifanekiso nezinye izinsizakusakaza, lusebenzisa izinongo zokuphehla.[2][3][4] Izinongo zohlakahlisombulu oluphehlayo zifunda izifanelo nohlaka lwezitshelezelo eziyimininingo efakwa kuzo, bese ziphehla imininingo emisha enezinkondolo ezifanayo.[5][6]

Ekuqaleni kweminyaka kusuka ngowezi-2020, ukuthuthukiswa kwesici sonongo lokufunda kwenguxa olweseka Ukufunda okunzulu kwamaxhoxho weziNzwa kwavumela izimiso ezimbalwa zohlakahlisombulu oluphehlayo ezaziwa ngokwamukela izitshelezelo ezifakwa kuzo. Lezi zihlanganisa iziqavithi zonongo lolimi olukhulu ezifana neChatGPT, Microsoft Copilot, isiqavithi esibizwa Bard, nezimiso zobuciko bohlakahlisombulu eziguqula umbhalo kube umfanekiso ezifana neStable Diffusion, Midjourney kanye neDALL-E.[7][8][9]

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. Newsom, Gavin; Weber, Shirley N. (September 6, 2023). "Executive Order N-12-23" (PDF). Executive Department, State of California. Kulandwe ngomhlaka September 7, 2023.
  2. Griffith, Erin; Metz, Cade (2023-01-27). "Anthropic Said to Be Closing In on $300 Million in New A.I. Funding". The New York Times. Kulandwe ngomhlaka 2023-03-14.
  3. Lanxon, Nate; Bass, Dina; Davalos, Jackie (March 10, 2023). "A Cheat Sheet to AI Buzzwords and Their Meanings". Bloomberg News. Kulandwe ngomhlaka March 14, 2023.
  4. Template:Cite arXiv
  5. Pasick, Adam (2023-03-27). "Artificial Intelligence Glossary: Neural Networks and Other Terms Explained". The New York Times (in i-English). ISSN 0362-4331. Kulandwe ngomhlaka 2023-04-22.
  6. Karpathy, Andrej; Abbeel, Pieter; Brockman, Greg; Chen, Peter; Cheung, Vicki; Duan, Yan; Goodfellow, Ian; Kingma, Durk; Ho, Jonathan; Rein Houthooft; Tim Salimans; John Schulman; Ilya Sutskever; Wojciech Zaremba (2016-06-16). "Generative models". OpenAI.
  7. Metz, Cade (2023-03-14). "OpenAI Plans to Up the Ante in Tech's A.I. Race". The New York Times (in i-English). ISSN 0362-4331. Kulandwe ngomhlaka 2023-03-31.
  8. Template:Cite arXiv
  9. Roose, Kevin (2022-10-21). "A Coming-Out Party for Generative A.I., Silicon Valley's New Craze". The New York Times. Kulandwe ngomhlaka 2023-03-14.