uNolundwa
Appearance
![](http://upload.wikimedia.org/wikipedia/commons/thumb/6/61/Neptune_Voyager2_color_calibrated%2C_brightened.png/220px-Neptune_Voyager2_color_calibrated%2C_brightened.png)
uNolundwa, noma uNephthuni (uphawu: ) ngumzulane wesishiyagalombili ozungezohlelweni lwelanga. Ungumzulane wesine ngobukhulu esimisweni sikanozungezilanga ngokomugqazinga, umzulane wesithathu omkhulu, futhi umzulane oyiqhakamela elisiluthe kakhulu. Unesisindo sikaNomkhubulwane esiphindwe izikhathi eziyi-17, futhi unobunzima besisindo esidlula kancane esewele lawo eliseduze uNomakhekheba.