uNomaxhama

Mayelana Wikipedia
Jump to navigation Jump to search
uNomaxhama

uNomaxhama, (uphawu: ♄) ngumzulane wesithupha kusuka eLangeni futhi ungowesibili ngobukhulu ozungezohlelweni lwelanga emva kukaMkhulukhulwana. UyiQhakamela eliluhowo elinomugqazinga ovamile ophindwe izikhathi ezilithoba nengexenye kunolukaNomkhubulwane. Unengxenye eyodwa kweziyisiphohlongo zesiluthi esivamile kuNomkhubulwane; Kodwa, ngomthamo wawo omkhulu, uNomaxhama mkhulu izikhathi ezingaphezu kwezingu-95.